781
Reading Time: < 1 minute
Izithako:
- 3 Wamaphakethe we-ginger egayiwe.
- 4 Wamaphakethe amancane we-tartaric.
- 2tbs Ezo khilimu we-tartar.
- 2,5 kg Kashukela.
- 1 Uphayinaphu osikiwe.
- 20 Wamalitha amanzi abandayo.
Imiyalo Yokupheka:
- Faka zonke izithako ku-20 wamalitha amanzi abandayo, (sebenzisa ibhakede).
- Goqoza kuze kuncibilike ushukela.
- Vala ingxube yakho ngesivalo bese ushiya izinsuku ezingu-4-6 kuze ingxube yakho ivuthwe (Uma isimo sezulu sishisa kakhulu, kuzothatha isikhathi esincane).
- Uma i-gemere (gingerbeer) yakho ivuthiwe, Kuzoba namabhamuza ogwebu amakhulu akha phezu koketshezi.
- Usunga phuza i-gemere yakho nomndeni wakho, u 20 wamalitha ungalingana abantu abawu 30.
Reading Time: < 1 minuteIzithako: 3 Wamaphakethe we-ginger egayiwe. 4 Wamaphakethe amancane we-tartaric. 2tbs Ezo khilimu we-tartar. 2,5 kg Kashukela. 1 Uphayinaphu osikiwe. 20 Wamalitha …
by BabyYumYum