Ukuba ngumzali

Ukuba ngumzali sikwenza kubelula
Kusukela ekuphenduleni okumangazayo ezinkundleni zokuxhumana, i-BabyYumYum.co.za yenza isigaba sokuba ngumzali sibelula. Lapha sikulethela
ulwazi lonke oludingayo ngokukhulisa umndeni wakho nokunakekela kalula izingane zakho.
Lonke lolulwazi sikunikeza lona mahala.
Zonke izindatshana zethu, zibhalwe ngochwephese nodokotela abanakekela izingane. Futhi kulesi sigaba sokwenza ukuba ngumzali kube lula, sisizane kahulu nonesi nombelethisi omkhulu
u-Ann Richardson ophuma ku “Wisdom with Sense”
IBabyYumYum ibe nezinxoxo ezibanzi no-Nesi Ann Richardson, kungalokho kuzothi ngaso sonke isikhathi uma sikhuluma naye, sithathe lololwazi silubhale ngesingisi.
Bazali i-BabyYumYum iyathanda ukunikezana ngolwazi ikakhulukazi lapho ludingeka khona.
Zulu articles
-
Zulu
Ukuncelisa ibele: Yini okufanele uyidle noma uyigweme?
by BabyYumYumby BabyYumYum 3 minutes readBonke omama abancelisayo banemibuzo mayelana nokuthi yini abangayidla noma angeke bayidle nokuthi lokhu kuzolithinta kanjani izinga lobisi lawabo. Yiqiniso, kuhlale kungcono kakhulu ukuzwa izimpendulo ezivela kochwepheshe. Ingabe kukhona ukudla okuqondile …
-
Zulu
Isiphi iseluleko abesifazane baseNingizimu Afrika ababefisa ukuthi omama babo basinikeza
by BabyYumYumby BabyYumYum 1 minutes readUcwaningo lwe-1st for Women Insurance olwenziwe ngaphambi koSuku Lomama luveze ukuthi yiziphi izeluleko abesifazane baseNingizimu Afrika abafisa ukuthi omama babo babanikeze zona, nokuthi yiziphi izeluleko abangathanda ukuzidlulisela emadodakazini abo. Ucwaningo …
-
Zulu
Yini okufanele uyenze uma umntwana wakho eqiwe umjovo
by Dr Carmen Briner, #MomDoc 2 minutes readAbantwana fanele bathole yonke imijovo yabo ngesikhathi futhi kuya ngokuvumelana nesikhathi esibekiwe. Nokho, kungaba nezimo lapho ingane ingatholi umjovo oqondile noma engaqedi isikalo esibekiwe ukunikezela ngovikeleko. Ngesikhathi sobhubhane lwe COVID19 …
-
Zulu
Ukuya esikhathini sanamuhla: izinhlobo ezihamba phambili amantombazane angakhetha kwizo
by Laurel Pretorius 3 minutes readIngabe intombazanyana yakho esencane isizoqala ukuya esikhathini? Uma kunjalo, lokhu kufanele ukufunde. Sinikezela ngongakwenza Kanye nokungamele ukwenze kwimikhiqizo yokuhlanzeka yokuya esikhathini ukusiza sinike amandla amantombazane kusuka ebusheni beya ebufazaneni. Ukuya …
-
Nakuba umthwalo wengqondo abesifazane abawuthwele ungabonakali, futhi uyimbangela yangempela yokuba nomthelela ongemuhle obonakalayo empilweni yengqondo yabesifazane. Ake sihlole lomthwalo ohlale unzima futhi uma amadoda nabesifazane ekugcineni bevuma ukungalingani kwakho konke. …
-
Ngokuqaphela izici eziyinhloko eziyingozi zokusha kwezingane kuleli zwe, kungenzeka ukunciphisa lezo zingozi futhi kugcinwe izingane – nabantu abadala – bephephile. Lesi ngesokuqala ochungechungeni lwezihloko ezizophinde zihlanganise nokuvimbela ukusha, ukwelashwa kokusha …