Ukuba ngumzali

Ukuba ngumzali sikwenza kubelula
Kusukela ekuphenduleni okumangazayo ezinkundleni zokuxhumana, i-BabyYumYum.co.za yenza isigaba sokuba ngumzali sibelula. Lapha sikulethela
ulwazi lonke oludingayo ngokukhulisa umndeni wakho nokunakekela kalula izingane zakho.
Lonke lolulwazi sikunikeza lona mahala.
Zonke izindatshana zethu, zibhalwe ngochwephese nodokotela abanakekela izingane. Futhi kulesi sigaba sokwenza ukuba ngumzali kube lula, sisizane kahulu nonesi nombelethisi omkhulu
u-Ann Richardson ophuma ku “Wisdom with Sense”
IBabyYumYum ibe nezinxoxo ezibanzi no-Nesi Ann Richardson, kungalokho kuzothi ngaso sonke isikhathi uma sikhuluma naye, sithathe lololwazi silubhale ngesingisi.
Bazali i-BabyYumYum iyathanda ukunikezana ngolwazi ikakhulukazi lapho ludingeka khona.
Zulu articles
-
Reading Time: 3 minutesUkungabi nanzalo kunomthelela omubi kanye nomthelela omkhulu ngokomzwelo kulabo abathintekayo. Owodwa, kwabayisithupha e-Afrika bangaba nenkinga yokungakhulelwa. Okusho ukuthi eningizimu ye-Afrika iyodwa bayizigidi eziyisishiyagalombili abahlushwa abangakwazi ukukhulelwa (Inyumba). …
-
Reading Time: 3 minutesUngakwazi ukukushaya usendaweni yothando? Emphakathini ogcwele udlame olusekelwe kubulili, ingabe ukujezisa ingane yakho kuyifundisa ukuthi iwufunda kanjani umehluko phakathi kokuhlukunyezwa nokuqondiswa? Mhla ziyi-18 kuMandulo 2019, iNkantolo yoMthethosisekelo …
-
ZuluZulu-Pregnancy
Yonke into odinga ukuyazi ngokubeletha ngomthungu eNingizimu Afrika (Ceasarian Section)
by BabyYumYumby BabyYumYumReading Time: 3 minutesIzinga lokubeletha ngomthungo eNingizimu Afrika liphakathi kwaphezulu kakhulu emhlabeni Kukumaphesenti angama 77 wezingane abazali bazo bangaphansi kohlelo lwezempilo ezizalwa ngomthungo eNingizimu Afrika. Kunezinhlobo ezimbili zemithungo Kunezinhlobo ezimbili …
-
Reading Time: 2 minutesInto ethandwa ingane yami encane endlini kufanele kube ifoni yami, singabanikazi bayo ngokuhlanganyela. Angiqiniseki ukuthi ukuthole nini konke, kodwa angakwazi ukuzulazula ku-smartphone njengochwepheshe, kusukela ezinganeni ze-YouTube ukuze …
-
Reading Time: 2 minutesUkuzinakekela sekuye kwathengiswa esikhathini esidlule; kunemikhiqizo engapheli. Kodwa ‘isenzo sokuzinakekela’ ukuzindla ngokucabangela – nakuba kusanda kuthandwa, sekuyisikhathi eside kuwumkhuba osetshenziswa abantu emhlabeni wonke. Kodwa akukaze kube muva …
-
Zulu
Ukuchamela umbhede: Izimbangela, ukwelashwa, kanye nezeluleko zabazali
by BabyYumYumby BabyYumYumReading Time: 3 minutesAkuzona zonke izingane ezihlangabezana nezinyathelo ezibalulekile ngesikhathi esisodwa, futhi ukuqonda ukomisa kwasebusuku akuhlukile. Ezinye izingane ziyakwazi ukuhlala zomile ubusuku bonke ngaphambi kokuba zazi ukuthi zihamba kanjani futhi …