Ukuba ngumzali

Ukuba ngumzali sikwenza kubelula
Kusukela ekuphenduleni okumangazayo ezinkundleni zokuxhumana, i-BabyYumYum.co.za yenza isigaba sokuba ngumzali sibelula. Lapha sikulethela
ulwazi lonke oludingayo ngokukhulisa umndeni wakho nokunakekela kalula izingane zakho.
Lonke lolulwazi sikunikeza lona mahala.
Zonke izindatshana zethu, zibhalwe ngochwephese nodokotela abanakekela izingane. Futhi kulesi sigaba sokwenza ukuba ngumzali kube lula, sisizane kahulu nonesi nombelethisi omkhulu
u-Ann Richardson ophuma ku “Wisdom with Sense”
IBabyYumYum ibe nezinxoxo ezibanzi no-Nesi Ann Richardson, kungalokho kuzothi ngaso sonke isikhathi uma sikhuluma naye, sithathe lololwazi silubhale ngesingisi.
Bazali i-BabyYumYum iyathanda ukunikezana ngolwazi ikakhulukazi lapho ludingeka khona.
Zulu articles
-
Zulu
11 Imibuzo evame ukubuzwa mayelana nokusenga ubisi lwebele
by BabyYumYumby BabyYumYum 2 minutes readNjenganoma iyiphi ingxenye yokuba umzali, ukufunda ukuncelisa nokusenga ubusi lwebele eceleni kuthatha isikhathi nesineke. Uma unakho kokubili, kuzoba isikhashana ngaphambi kokuthi ufunde ukusenga ubusi njengochwepheshe! Kuyini ukusenga ubisi lwebele? Ukubesenga …
-
Omama abathathu baseNingizimu Afrika abaqinile bachaza indlela abazikhulisa ngayo izingane eziphumelelayo naphezu kwezinselele zabo. Ibhalwe nguPaula Marais Isiqinisekiso esisodwa mayelana nokuba ngumzali ukuthi kuzoba nezimangaliso. Akekho umzali obalekela ukukhuphuka nokwehla …
-
ZuluZulu-Pregnancy
Umculo uyizuzisa kanjani ingane yakho engakazalwa
by Anna-Bet Stemmet 2 minutes readZitholele umhlaba othakazelisayo womculo wangaphambi kokubeletha kanye nomthelela wawo ojulile kukho kokubili umama okhulelwe nosana lwakho. Funda kabanzi mayelana nokuthi ivuselela kanjani ukukhula kobuchopho ngaphambi kwesikhathi, inciphisa ingcindezi futhi ithuthukise …
-
Sivame ukucabanga ngobuchwepheshe obunomthelela omkhulu kakhulu emisebenzini lapho ukuthintwa komuntu kungashintshwa kalula – kodwa ngisho nobunesi, umsebenzi osezingeni eliphezulu, uthintwe kahle ukuthuthuka kwezobuchwepheshe. Ibhalwe nguLisa Witepski U-Amanda Rogaly, i-CEO kanye …
-
Zulu
Kungani ziningi kangaka izingane ezishona ezibhedlela zethu?
by Tsholofelo Masela 2 minutes readIsibhedlela iChris Hani Baragwanath Academic sithole ukugxekwa ngobudedengu bezempilo ngemuva kokuthola kabuhlungu ukuthi izingane zishone ngenxa yezigameko ebezigwemeka. Siyaphenya ukuthi kwenzekani. By Tsholofela Masela UNgqongqoshe wezeMpilo uJoe Phaahla ubike ukuthi …
-
Zulu
Isixhumanisi phakathi kokukhuluphala kanye nokuthomba kokuqala
by Dr Mpume Zenda, OB-Gynae-Sexologist 2 minutes readUdume ngelika-“Dr Gynae”, lo dokotela okhuthazayo impilo yabesifazane njengento ayithandayo, unikeze imininingwane ethile esihlokweni esithole ukudonseka futhi sabangela ukukhathazeka kule minyaka embalwa edlule. Kungani amantombazane amaningi eqala ukuya esikhathini ngaphambi …