Ukuba ngumzali
Uma unenkinga yokukhulelwa ungase ube nemibuzo eminingi. Njengokuthi, yiziphi izici zobungozi, izimpawu eziyisixwayiso kanye nezimpawu zokungazali?
Nokuthi yiziphi izinhlobo ezahlukene zokungabi nanzalo futhi yini edala ukungazali kwabesilisa nabesifazane?
Futhi, izindatshana zethu zinikeza ulwazi ngemithi yokwelapha inzalo eNingizimu Afrika, ukuthi ungahlolela kanjani inzalo uma unenkinga yokukhulelwa nokuthi ungawandisa kanjani amathuba akho okukhulelwa ngokwemvelo. Udinga iseluleko nge-PCOS, i-endometriosis, izikhathi ezibuhlungu, izimbangela zokuphindaphinda
Ukuba ngumzali sikwenza kubelula
Kusukela ekuphenduleni okumangazayo ezinkundleni zokuxhumana, i-BabyYumYum.co.za yenza isigaba sokuba ngumzali sibelula. Lapha sikulethela
ulwazi lonke oludingayo ngokukhulisa umndeni wakho nokunakekela kalula izingane zakho.
Lonke lolulwazi sikunikeza lona mahala.
Zonke izindatshana zethu, zibhalwe ngochwephese nodokotela abanakekela izingane. Futhi kulesi sigaba sokwenza ukuba ngumzali kube lula, sisizane kahulu nonesi nombelethisi omkhulu
u-Ann Richardson ophuma ku “Wisdom with Sense”
IBabyYumYum ibe nezinxoxo ezibanzi no-Nesi Ann Richardson, kungalokho kuzothi ngaso sonke isikhathi uma sikhuluma naye, sithathe lololwazi silubhale ngesingisi.
Bazali i-BabyYumYum iyathanda ukunikezana ngolwazi ikakhulukazi lapho ludingeka khona.
Coming soon!
Zulu articles
-
Ukungabi nanzalo kunomthelela omubi kanye nomthelela omkhulu ngokomzwelo kulabo abathintekayo. Owodwa, kwabayisithupha e-Afrika bangaba nenkinga yokungakhulelwa. Okusho ukuthi eningizimu ye-Afrika iyodwa bayizigidi eziyisishiyagalombili abahlushwa abangakwazi ukukhulelwa (Inyumba). Nokho kusekhona amabala …
-
Ungakwazi ukukushaya usendaweni yothando? Emphakathini ogcwele udlame olusekelwe kubulili, ingabe ukujezisa ingane yakho kuyifundisa ukuthi iwufunda kanjani umehluko phakathi kokuhlukunyezwa nokuqondiswa? Mhla ziyi-18 kuMandulo 2019, iNkantolo yoMthethosisekelo yaseNingizimu Afrika yakhipha …
-
ZuluZulu-Pregnancy
Yonke into odinga ukuyazi ngokubeletha ngomthungu eNingizimu Afrika (Ceasarian Section)
by BabyYumYumby BabyYumYumIzinga lokubeletha ngomthungo eNingizimu Afrika liphakathi kwaphezulu kakhulu emhlabeni Kukumaphesenti angama 77 wezingane abazali bazo bangaphansi kohlelo lwezempilo ezizalwa ngomthungo eNingizimu Afrika. Kunezinhlobo ezimbili zemithungo Kunezinhlobo ezimbili zemithungo – owokuzikhethela …
-
Into ethandwa ingane yami encane endlini kufanele kube ifoni yami, singabanikazi bayo ngokuhlanganyela. Angiqiniseki ukuthi ukuthole nini konke, kodwa angakwazi ukuzulazula ku-smartphone njengochwepheshe, kusukela ezinganeni ze-YouTube ukuze aphendule ucingo futhi …
-
Ukuzinakekela sekuye kwathengiswa esikhathini esidlule; kunemikhiqizo engapheli. Kodwa ‘isenzo sokuzinakekela’ ukuzindla ngokucabangela – nakuba kusanda kuthandwa, sekuyisikhathi eside kuwumkhuba osetshenziswa abantu emhlabeni wonke. Kodwa akukaze kube muva nje lapho ucwaningo …
-
Zulu
Ukuchamela umbhede: Izimbangela, ukwelashwa, kanye nezeluleko zabazali
by BabyYumYumby BabyYumYumAkuzona zonke izingane ezihlangabezana nezinyathelo ezibalulekile ngesikhathi esisodwa, futhi ukuqonda ukomisa kwasebusuku akuhlukile. Ezinye izingane ziyakwazi ukuhlala zomile ubusuku bonke ngaphambi kokuba zazi ukuthi zihamba kanjani futhi zikhulume kahle, kanti …












