Izingane
Siyakuhalalisela ngokuba umzali!
Ukwenza ukunakekela ingane yakho kube lula, sihlanganise konke odinga ukukwazi njengomzali omusha, ukunakekelwa kwengane nokuthi usinda kanjani ezinsukwini zokuqala eziyi-1 000.
Ungakwazi nokulandelela ukukhula kwengane yakho, nokuthi ungaqala nini ukudlisa ingane yakho ukudla okuqinile. Ukuthi umqeqesha kanjani umntwana ukuthi alale kalula. Thola nolwazi lokuthi ungalapha kanjani izifo ezivamile ezinganeni.

Ukuba ngumzali sikwenza kubelula
Kusukela ekuphenduleni okumangazayo ezinkundleni zokuxhumana, i-BabyYumYum.co.za yenza isigaba sokuba ngumzali sibelula. Lapha sikulethela
ulwazi lonke oludingayo ngokukhulisa umndeni wakho nokunakekela kalula izingane zakho.
Lonke lolulwazi sikunikeza lona mahala.
Zonke izindatshana zethu, zibhalwe ngochwephese nodokotela abanakekela izingane. Futhi kulesi sigaba sokwenza ukuba ngumzali kube lula, sisizane kahulu nonesi nombelethisi omkhulu
u-Ann Richardson ophuma ku “Wisdom with Sense”
IBabyYumYum ibe nezinxoxo ezibanzi no-Nesi Ann Richardson, kungalokho kuzothi ngaso sonke isikhathi uma sikhuluma naye, sithathe lololwazi silubhale ngesingisi.
Bazali i-BabyYumYum iyathanda ukunikezana ngolwazi ikakhulukazi lapho ludingeka khona.
Coming soon!
Zulu articles
-
Ingabe uzizwa “uhlukile” futhi usola ukuthi kungenzeka ukhulelwe? Nazi ezinye zezimpawu zokukhulelwa zakuqala ezingakusiza ukuthi ubone ukuthi kukhona okukhulayo ngaphathi kwakho. Izimpawu zakuqala ezivamile zokukhulelwa Wonke umuntu wesifazane uhlukile futhi …
-
Muhle futhi uyathandeka futhi ubemascot we-BabyYumYum.co.za kusukela ekuqaleni. U-Banjo uvame ukubonakala emicimbini ye-BabyYumYumY lapho ethandwa khona abantu abadala nezingane, ikakhulukazi lapho ebonisa umdanso wakhe i-Banjo Boogie! You can read Banjo’s …
-
In The NewsZulu
BabyYumYum reaches a wider audience by posting parenting content in isiZulu
by BabyYumYumby BabyYumYum 3 minutes readOnline content portal BabyYumYum is known for spearheading innovation in the parenting space and the brand has done it again by being the first online-only parenting website to publish content …