Ukukhulelwa
Ufuna ukwazi ukuthi kunjani ukukhulelwa nokuthi yiziphi izimpawu ongazilindela esigabeni ngasinye?
Lapha ungakwazi ukulandelela ukukhulelwa kwakho isonto nesonto futhi uthole ulwazi mayelana nokuthi ikhula kangakanani ingane yakho. Isisindo esilinganiselwe nobude bengane, kanye nezinguquko umzimba wakho odlula kuzo esigabeni ngasinye sokukhulelwa.
Siphinde sibe nolwazi nezeluleko ezivela kodokotela bezifo zabesifazane, ababelethisi kanye nabanye ochwepheshe mayelana nokudla kokukhulelwa, indlela yokunakekela umzimba wakho nempilo ngenkathi ukhulelwe, izixazululo zezinkinga ezivamile, nalapho ungathola khona izingubo zokubeletha eNingizimu Afrika.
Ukuba ngumzali sikwenza kubelula
Kusukela ekuphenduleni okumangazayo ezinkundleni zokuxhumana, i-BabyYumYum.co.za yenza isigaba sokuba ngumzali sibelula. Lapha sikulethela
ulwazi lonke oludingayo ngokukhulisa umndeni wakho nokunakekela kalula izingane zakho.
Lonke lolulwazi sikunikeza lona mahala.
Zonke izindatshana zethu, zibhalwe ngochwephese nodokotela abanakekela izingane. Futhi kulesi sigaba sokwenza ukuba ngumzali kube lula, sisizane kahulu nonesi nombelethisi omkhulu
u-Ann Richardson ophuma ku “Wisdom with Sense”
IBabyYumYum ibe nezinxoxo ezibanzi no-Nesi Ann Richardson, kungalokho kuzothi ngaso sonke isikhathi uma sikhuluma naye, sithathe lololwazi silubhale ngesingisi.
Bazali i-BabyYumYum iyathanda ukunikezana ngolwazi ikakhulukazi lapho ludingeka khona.
Zulu articles
-
Umbuzo bonke abazali okuzodingeka bawuphendule ngesikhathi esithile, kodwa umcabango wokuthi kufanele uchaze ukuthi izingane zenziwa kanjani enganeni yakho encane ungase ukwenze uzizwe ukhathazekile noma ungakhululekile. Umbhali nengcweti yokuziphatha kwezingane u-Tanith …
-
Zitholele umhlaba othakazelisayo womculo wangaphambi kokubeletha kanye nomthelela wawo ojulile kukho kokubili umama okhulelwe nosana lwakho. Funda kabanzi mayelana nokuthi ivuselela kanjani ukukhula kobuchopho ngaphambi kwesikhathi, inciphisa ingcindezi futhi ithuthukise …
-
ZuluZulu-Pregnancy
Yonke into odinga ukuyazi ngokubeletha ngomthungu eNingizimu Afrika (Ceasarian Section)
by BabyYumYumby BabyYumYumIzinga lokubeletha ngomthungo eNingizimu Afrika liphakathi kwaphezulu kakhulu emhlabeni Kukumaphesenti angama 77 wezingane abazali bazo bangaphansi kohlelo lwezempilo ezizalwa ngomthungo eNingizimu Afrika. Kunezinhlobo ezimbili zemithungo Kunezinhlobo ezimbili zemithungo – owokuzikhethela …
-
Iphika into abantu besifazane abaningi abazithwele abakhathazekile ngayo. Funda umhlahlandlela wabaqalayo wethu ukuhlonza nokulawula umfutho wegazi ophezulu Kanye nezindlela ezilula zokugcina ezempilo zakho ngesikhathi uzithwele. Iphika isimo sezokwelapha esejwayelekile esingaholela …
-
Ingabe uzizwa “uhlukile” futhi usola ukuthi kungenzeka ukhulelwe? Nazi ezinye zezimpawu zokukhulelwa zakuqala ezingakusiza ukuthi ubone ukuthi kukhona okukhulayo ngaphathi kwakho. Izimpawu zakuqala ezivamile zokukhulelwa Wonke umuntu wesifazane uhlukile futhi …












